Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 27:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 U-Isaka wathi kuyo indodana yakhe: “Kwenzeke kanjani ukuba usheshe kangaka ukuyithola, ndodana yami, na?” Wathi: “Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyenze ukuba ize phambi kwami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 U-Isaka wathi endodaneni yakhe: “Kwenzeke kanjani uyithole ngokushesha okungaka ndodana na?” UJakobe wathi: “USimakade uNkulunkulu wakho ungiphe impumelelo ngasheshe ngayithola.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Isaka wayesethi endodaneni yakhe: “Uyithole kanjani masinyane kangaka, ndodana yami na?” Wathi: “Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyilethile kimi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 27:20
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yathi: “Jehova, Nkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, ngiphumelelise kahle namuhla, uyenzele inkosi yami u-Abrahama umusa.


U-Isaka wayesethi kuJakobe: “Ake usondele, ngikuphathe, ndodana yami, uma uyindodana yami u-Esawu uqobo noma ungesiyo na?”


Niyakumkhulumela uNkulunkulu ngokubi, nimkhulumele ngenkohliso, na?


“Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba uJehova akayikumyeka oliphatha ngeze igama lakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ