Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 26:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 U-Abimeleki wayala bonke abantu, wathi: “Othinta lo muntu nomkakhe uzakubulawa nokubulawa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 U-Abhimeleki wabayala bonke abantu, wathi: “Noma ngubani oyoke athinte lo muntu nomkakhe uyofa nokufa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 U-Abimeleki wayeseyala bonke abantu bakhe, wathi: “Yilowo nalowo othinta le ndoda noma umkakhe uyakubulawa nokubulawa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 26:11
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi uNkulunkulu kuye ephusheni: “Nami ngiyazi ukuthi ukwenze lokhu ngobuqotho benhliziyo yakho; futhi ngakuvimba ukuba ungoni kimi; ngalokho angikuvumelanga ukuba umthinte.


U-Isaka watshala kulelo zwe, wathola ngawona lowo mnyaka okuphindwe kayikhulu, ngokuba uJehova wambusisa.


ethi: “Ningathinti abagcotshiweyo bami, ningoni abaprofethi bami.”


Unjalo yena ongena kumkamakhelwane: akuyikuthiwa ongenacala noma yimuphi omthintileyo.


Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti ongithumile ukulanda inkazimulo yakhe ezizweni ezaziniphanga ngokuba othinta nina uthinta inhlamvu yeso lakhe uthi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ