Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Inceku yathi kuyo: “Mhlawumbe owesifazane akayikuvuma ukungilandela, eze kuleli zwe; imbala ngiyakuyibuyisela indodana yakho ezweni, lapho wavela khona na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Inceku yathi kuye: “Mhlawumbe lowo wesifazane angathandi ukubuya nami eze lapha kuleli lizwe. Uma kunjalo-ke, indodana yakho ngiyithathe yini ngiyiyise ezweni owavela kulo na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inceku yasisithi kuye: Mhlawumbe owesifazana angethandi ukungilandela ukuya kulelilizwe; ngibuyise indodana yakho ezweni owaphuma kulo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:5
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngase ngithi enkosini yami: ‘Mhlawumbe owesifazane akayikungilandela.’


kepha uye ezweni lakithi nasezihlotsheni zami, uyithathele khona indodana yami u-Isaka umfazi.”


Bambiza uRebeka, bathi kuye: “Uzakuhamba nale ndoda na?” Wathi: “Ngizakuhamba.”


U-Abrahama wathi kuye: “Qaphela ukuba ungayibuyiseli khona indodana yami.


“Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba uJehova akayikumyeka oliphatha ngeze igama lakhe.


Ngokuba uma wenqaba ukuba bahambe usababambile,


Bonke abaqondileyo basebenza ngokwazi, kepha isiwula sihlakaza ubuwula.


Uyakufunga ngeqiniso, nangokwahlulela, nangokulunga, ngokuthi: ‘Kuphila kukaJehova,’ izizwe ziyakuzibusisa kuye, zizibonge kuye.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ