Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kwathi esebone icici namasongo ezandleni zikadadewabo, wezwa amazwi kaRebeka udadewabo, ethi: “Washo njalo lo muntu kimi,” waya kulowo muntu; bheka, wayemi ngakuwo amakamela ngasemthonjeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Kwathi ukuba abone indandatho ekhaleni, namasongo ezingalweni zikadadewabo, futhi esekuzwile okushiwo ngudadewabo uRibheka, ethi: “Ikhulume kanjalo indoda kimi,” waya kuleyo ndoda eyayimi eduze kwamakameli ngasemthonjeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi lapho ebona icici namasongo ezandleni zikadadewabo, wezwa amazwi kadadewabo uRebeka, ethi: “Yilokhu indoda ekhulume kimi; ukuthi wafika kumuntu; bheka, wayemi ngasemakameleni ngasemthonjeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi amakamela eseqedile ukuphuza, indoda yathatha icici legolide, isisindo salo siyinxenye yeshekeli,* namasongo amabili ezandla zayo, isisindo sawo singamashekeli ayishumi egolide, yathi:


URebeka wayenomnewabo ogama lakhe linguLabani; uLabani wagijimela endle kulowo muntu ngasemthonjeni.


Wathi: “Ngena wena obusisekileyo kaJehova; umelani ngaphandle na? Mina sengilungisile indlu nendawo yamakamela.”


Intombi ingakhohlwa yini izivunulo zayo, nomakoti ixhama lakhe, na? Nokho abantu bami bangikhohliwe izinsuku ezingenakubalwa.


“Umsindo wesixuku esihlezi kahle wawulapho; kwangeniswa kanye nabantukazana izidakwa zasehlane; bafaka amasongo ezandleni zabo nemiqhele emihle emakhanda abo.


Yena wathi kunina: “Lezo zinhlamvu eziyinkulungwane nekhulu zesiliva ezathathwa kuwe, owaziqalekisa, wakhuluma ngazo ezindlebeni zami, bheka, leyo mali ikimi; ngayithatha.” Unina wathi: “Mayibusiswe nguJehova indodana yami.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ