Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 23:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 U-Abrahama wayesesukuma, wakhothamela abantu balelo zwe, abantwana bakwaHeti,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 U-Abhrahama wasukuma, wayesekhothamela amaHithi, abantu balelo lizwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 U-Abrahama wasukuma, wakhothamela phambi kwabantu bezwe, phambi kwabantwana bakwaHeti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 23:7
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UKhanani wazala uSidoni, izibulo lakhe, noHeti,


Waphakamisa amehlo akhe, wabuka; bheka, amadoda amathathu ayemi phambi kwakhe; wathi ukuba awabone, wasuka emnyango wetende, wagijima ukuwahlangabeza, wakhothama,


Izingelosi zombili zafika eSodoma sekuhlwile; uLoti wayehlezi esangweni laseSodoma; uLoti ezibona wasukuma wazihlangabeza; wakhothamela emhlabathini ngobuso,


U-Abrahama wakhothamela ebusweni babantu balelo zwe.


“Sizwe, nkosi; wena uyisikhulu sikaNkulunkulu phakathi kwethu; mmbele ofileyo wakho kwelihle kuwo onke amathuna ethu; akakho phakathi kwethu ozakugodlela wena ithuna lakhe ukuba ummbele ofileyo wakho.”


wakhuluma nabo, wathi: “Uma kuyintando yenu ukuba ngimmbele ofileyo wami, angabikho ebusweni bami, ngizweni, ninginxusele ku-Efroni indodana kaSowari


UJosefa wawakhipha emathangeni akhe; wakhothama, ubuso bakhe bubheke phansi.


Umuntu wabangane uyazilimaza, kepha kukhona abangane ababambelela kuneselamani.


Zamelani ukuthula nabo bonke kanye nokungcweliswa, ongenakho angeyibone iNkosi;


Okokugcina, manibe nhliziyonye nonke, nihawukelane, nithandane ngokwabazalwane, nibe nobubele nokuthobeka,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ