Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 23:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 U-Abrahama wasuka kofileyo wakhe, wakhuluma nabantwana bakwaHeti, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 U-Abhrahama wasuka eduze kwesidumbu somkakhe, wakhuluma namaHithi, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 U-Abrahama wasukuma phambi kofileyo wakhe, wakhuluma kumadodana kaHeti, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 23:3
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UKhanani wazala uSidoni, izibulo lakhe, noHeti,


Abantwana bakwaHeti baphendula u-Abrahama, bathi kuye:


U-Abrahama wayesesukuma, wakhothamela abantu balelo zwe, abantwana bakwaHeti,


insimu ayithenga u-Abrahama kubo abantwana bakwaHeti; khona wembelwa u-Abrahama noSara umkakhe.


URebeka wayesethi ku-Isaka: “Ngidiniwe ukuphila ngenxa yamadodakazi kaHeti; uma uJakobe ethatha umfazi kuwo amadodakazi kaHeti onjengalawa, kuwo amadodakazi aleli zwe, kuyakungisiza ngani ukuphila na?”


umhume osensimini yaseMakaphela eliphambi kweMamre ezweni laseKhanani, awuthenga u-Abrahama kanye nensimu ku-Efroni umHeti, ube yindawo yakhe yokumbela;


no-Uriya umHeti, bengamashumi amathathu nesikhombisa bebonke.


UDavide wayesethatha washo ku-Ahimeleki umHeti naku-Abishayi indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, ethi: “Ngubani oyakwehla nami ukuya kuSawule ekamu* na?” U-Abishayi wathi: “Ngiyakwehla nawe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ