Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 23:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 U-Efroni wayehlezi phakathi kwabantwana bakwaHeti: u-Efroni umHeti wamphendula u-Abrahama ezindlebeni zabantwana bakwaHeti phambi kwabo bonke abangena esangweni lomuzi wakhe, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 U-Efroni wayehlezi phakathi kwamanye amaHithi. U-Efroni umHithi wamphendula u-Abhrahama kuzwa wonke amaHithi ayelapho esangweni lomuzi, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 U-Efroni wahlala phakathi kwabantwana bakwaHeti; u-Efroni umHeti wamphendula u-Abrahama ezindlebeni zabantwana bakwaHeti kubo bonke abangena ngesango lomuzi wakhe, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 23:10
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

kwaba yinzuzo ka-Abrahama emehlweni abantwana bakwaHeti phambi kwabo bonke abangena esangweni lomuzi wakhe.


ukuba angiphe umhume waseMakaphela anawo emkhawulweni wensimu yakhe, awunike kimi ngemali efanele wona, ube yindawo yokumbela phakathi kwenu.”


Inceku yayisithatha amakamela ayishumi emakameleni enkosi yayo, yahamba, izinto zonke ezinhle zenkosi yayo zisesandleni sayo; yasuka, yaya eMesopotamiya emzini kaNahori.


OHamori noShekemi indodana yakhe beza ngasesangweni lomuzi, bakhuluma namadoda omuzi wabo, bathi:


Bonke abaphuma ngesango lomuzi wakhe balalela oHamori noShekemi indodana yakhe; bonke abesilisa basokwa, bonke abaphuma ngesango lomuzi wakhe.


“Lapho ngaphuma ngaya esangweni ngasemzini, ngalungisa isihlalo sami esigcawini,


nomoya wokwahlulela kohlezi ekwahluleleni, namandla kubo ababuyisa impi esangweni.


Wayesengena emkhunjini, wawela, weza emzini wakubo.


Bonke abantu ababesesangweni namalunga bathi: “Singofakazi; uJehova makenze lowo wesifazane ongene endlini yakho abe njengoRaheli noLeya abakha bobabili indlu yakwa-Israyeli, ucebe e-Efratha, ube nodumo eBetlehema;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ