UGenesise 20:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Kepha manje wena, buyisa umfazi wendoda, ngokuba ingumprofethi; iyakukukhulekela ukuba uphile; uma ungambuyiseli, yazi ukuthi uyakufa nokufa, wena nabo bonke abakho.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Manje-ke lo mkamuntu mbuyisele endodeni yakhe, ngoba ingumphrofethi. Yona izokushwelezela uphile. Uma kodwa ungamphindiseli, yazi kahle ukuthi uzokufa nokufa, wena, nabo bonke abendlu yakho.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Manje buyisela indoda leyo umkayo; ngokuba ungumprofethi, uyakunikhulekela, niphile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalokho zithatheleni izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa, niye encekwini yami uJobe, nizinikelele ngazo zibe ngumnikelo wokushiswa; uJobe inceku yami uyakunikhulekela, ngokuba uma ngivuma ubuso bakhe, angiyikwenza kini njengobuwula benu, lokhu ningakhulumanga okulungileyo ngami njengenceku yami uJobe.”