Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 20:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kwathi mhla uNkulunkulu engiphumisa endlini kababa, ngathi kuye: ‘Yilo umusa ozakungenzela wona: ezindaweni zonke esiyakufika kuzo, yisho ngami ukuthi: “Ungumnewethu.” ’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Kwathi lapho uNkulunkulu engikhipha kwabakithi ngathi kumkami: ‘Uyobe ukhombise ukuthembeka uma noma kuphi lapho sifika khona ubatshela ukuthi ngingumfowenu.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UNkulunkulu wangidukisa endlini kababa, ngathi kuye: Kungumusa wakho ukuba ungenzele wona; ezindaweni zonke esifika kuzo, anothi ngami: Ungumfowethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 20:13
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wathi ku-Abrama: “Phuma ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.


Ngasemuva u-Abrama wahamba waqonda njalo ngaseningizimu.


Futhi impela ungudadewethu, indodakazi kababa, kepha akasiyo indodakazi kamame, waba ngumkami.


Akashongo kimi ukuthi: ‘Ungudadewethu,’ na? Naye uqobo wathi: ‘Ungumnewethu.’ Ngobuqotho benhliziyo yami nangobumhlophe bezandla zami ngikwenzile lokhu.”


Baqinela icebo elibi; bakhuluma ngokufihla izingibe; bathi: “Ngubani oyakusibona na?”


Kepha uPetru wathi kuye: “Kungani ukuba nivumelene ngokulinga uMoya weNkosi na? Bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bazakukukhiphela phandle.”


Ngokukholwa u-Abrahama walalela ebizwa ukuba aphume aye endaweni abezakuyamukeliswa ibe yifa lakhe; waphuma engazi lapho eya khona.


USawule wathi: “Manibusiswe, ngokuba ningihawukele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ