Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 2:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Lihle igolide lalelo zwe. Kukhona nenhlaka yebedola* netshe leshohamu* lapho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Igolide lalelo lizwe lihle, kukhona nenhlaka enamakha anuka kamnandi, namatshe ayigugu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Igolide lalelo zwe lihle: kukhona ibhalsamu netshe leshohamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 2:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Eyokuqala inegama lokuthi iPishoni; yiyo ezungeza izwe lonke laseHavila, lapho kukhona igolide.


Igama leyesibili linguGihoni; yiyo ezungeza lonke izwe laseKushe.


Kungelingane negolide lase-Ofiri, neshohamu* eliyigugu, nesafire.*


namatshe amashohamu,* namatshe okufakwa, awengubo yamahlombe nawesihlangu sesifuba.


uhla lwesine lube yikrisolithe,* neshohamu,* nejaspi;* azungezwe ngegolide ezisekelweni zawo.


uhla lwesine lwaba yikrisolithi,* neshohamu,* nejaspi;* ayezungeziwe yizisekelo zegolide lapho zifakwe khona.


Wawuse-Edene, insimu kaNkulunkulu; onke amatshe anqabileyo ayeyisisibekelo sakho, isardiyu,* netopazi,* nedayimani,* neshohamu,* nejaspi,* nesafire,* nesimaragidu,* nekrisolithe;* nezivunulo zakho nezisekelo zamatshe zaziyigolide, zilungisiwe ngosuku lokudalwa kwakho.


Imana* lafana nembewu yekoriyanderi,* nokubonakala kwalo kwakunjengokubonakala kwenhlaka yebedola.*


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ