Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 2:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Eyokuqala inegama lokuthi iPishoni; yiyo ezungeza izwe lonke laseHavila, lapho kukhona igolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Igama lowokuqala kwakuyiPhishoni. Yiwo ogobhoza uzungeze lonke izwe iHavila, lapho kunegolide khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Igama lowokuqala yiPishoni; ezungeza izwe lonke laseHawila, lapho kukhona igolide;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 2:11
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

no-Ofiri, noHavila, noJababi; bonke laba babengamadodana kaJokothane.


Amadodana kaKushe: ngoSeba, noHavila, noSabita, noRama, noSabitheka. Amadodana kaRama: ngoSheba noDedani.


Lihle igolide lalelo zwe. Kukhona nenhlaka yebedola* netshe leshohamu* lapho.


Igama leyesibili linguGihoni; yiyo ezungeza lonke izwe laseKushe.


Bahlala-ke kwasukela eHavila kwaze kwaba seShuri elingaphambi kwaseGibithe ekuhambeni ukuya e-Asiriya; wakha ngasempumalanga kwabafowabo.


no-Ofiri, noHavila, noJobabi; bonke labo babe ngamadodana kaJokothane;


“Impela ukhona umthapho wesiliva, nendawo yegolide abalicwengayo.


U-Efrayimi ungizungezile ngamanga, nendlu yakwa-Israyeli ngenkohliso; uJuda usazulazula kuNkulunkulu nakoNgcwele othembekileyo.


USawule wahlula ama-Amaleki kusukela eHavila kuya ngaseShuri elingaphambi kwaseGibithe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ