Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 18:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 U-Abrahama waphuthuma etendeni kuSara, wathi: “Sheshisa, uthathe amaseya* amathathu empuphu ecolekileyo, uyixove, wenze amaqebelengwane.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 U-Abhrahama waphuthuma wangena ethendeni kuSara, wathi kuye: “Sheshisa uthathe imicengezi emithathu uyigcwalise impuphu, uyixove, wenze amaqebelengwane.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 U-Abrahama washesha waya kuSara etendeni, wathi: “Sheshisa ulungise amaseya amathathu empuphu ecolekileyo, uyixove, wenze amaqebelengwane eziko.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 18:6
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngizakulanda ucezu lwesikwa, nithokozise izinhliziyo zenu, andukuba nidlule, njengokuba senifikile encekwini yenu.” Athi: “Yenza njengokusho kwakho.”


U-Abrahama wagijima, waya ezinkomeni, walanda ithole elihle nelinonileyo, walinika encekwini; yashesha ukulilungisa.


Kepha wazincenga kakhulu, zaze zaphambukela kuye, zangena endlini yakhe; wazilungisela idili, wenza isinkwa esingenamvubelo, zadla.


Wayeselala phansi u-Amnoni, wazishaya ogulayo; isifikile inkosi ukumbona, u-Amnoni wathi enkosini: “Ake kuze uTamari udadewethu, enze amaqebelengwane amabili phambi kwami ukuba ngidle esandleni sakhe.”


Ngiyashesha, angilibali ukugcina imiyalo yakho.


Onesizotha uceba okuzothileyo, nangokuzotha kwakhe uyakuma.


Wabatshela omunye umfanekiso wathi: “Umbuso wezulu ufana nemvubelo ayithatha owesifazane, wayifaka ezilinganisweni ezintathu zempuphu, kwaze kwabila konke.”


Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona;” wasicindezela.


hlanganyelani nabangcwele ekusweleni kwabo, nikhuthalele ukungenisa izihambi.


Ngokuba nina bazalwane nabizelwa ekukhululekeni. Kuphela ningakwenzi ukukhululeka kube yithuba enyameni, kepha khonzanani ngothando.


Ningakhohlwa ukungenisa izihambi ngokuba ngalokho abanye bangenisa izingelosi bengazi.


UGideyoni wangena, walungisa izinyane lembuzi namaqebelengwane angenamvubelo e-efa* lempuphu; wayibeka inyama eqomeni, wawuthela umhluzi ekhanzini, wakukhiphela kuye phansi kwe-oki,* wakunikela.


Owesifazane wayenethole elikhuluphalisiweyo endlini; washesha walibulala; wathatha impuphu, wayixova, wenza isinkwa esingenamvubelo ngayo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ