UEksodusi 9:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Wayesethi uJehova kuMose: “Yelula isandla sakho ngasezulwini ukuba kuwe isichotho ezweni lonke laseGibithe, phezu kwabantu, naphezu kwazinkomo naphezu kwayo yonke imifino ezweni lonke laseGibithe.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202022 USimakade wathi kuMose: “Yelulela isandla sakho ngasezulwini, ukuze isichotho sehlele kulo lonke iGibhithe, kubantu, ezilwaneni, nakuzo zonke izitshalo ezisemasimini eGibhithe.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 INkosi yasisithi kuMozisi: Yelulela isandla sakho emazulwini, ukuze kube khona isichotho elizweni lonke leGibhithe, phezu kwabantu lezilwane laphezu kwazo zonke izimila zeganga elizweni lonke leGibhithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
UJehova wathi kuMose: “Yisho ku-Aroni, uthi: ‘Thatha induku yakho, welule isandla sakho phezu kwamanzi aseGibithe, naphezu kwemifula, naphezu kweminonjana yabo, naphezu kweziziba, naphezu kwamachibi amanzi abo onke ukuba aphenduke igazi,’ kube khona igazi ezweni lonke laseGibithe ezitsheni zemithi nasezitsheni zamatshe.”