Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 9:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngalokho thuma, ubuyise imfuyo yakho nakho konke onakho endle; bonke abantu nazo zonke izinkomo okuyakufunyanwa endle kungagoduswanga kuyakuwelelwa yisichotho, kufe.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Ngakho-ke thumela ukuba kubuyiswe imfuyo yakho nakho konke onakho okusendle kufakwe endaweni ephephileyo. Bonke abantu nezilwane okuzobe kusendle, isichotho sizokwehlela kukho kufe.” ’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Manje thumela futhi uqoqe izinkomo zakho nakho konke onakho endle; ngoba phezu kwawo wonke umuntu nezilwane ezitholakala endle futhi zingalethwa ekhaya, isichotho siyowela phezu kwazo, zife.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 9:19
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wanikela izinkomo zabo esichothweni nezimvu zabo kuyo imibani.


Isichotho sashaya konke okwakusendle, abantu nezinkomo, ezweni lonke laseGibithe; isichotho sashaya yonke imifino yasendle, saphula yonke imithi yasendle.


Wakwenza-ke lokho uJehova ngangomuso; yafa yonke imfuyo yaseGibithe, kepha emfuyweni yabantwana bakwa-Israyeli akwafa neyodwa.


Ukukhala kwecilongo wakuzwa, kepha akaxwayanga; igazi lakhe liyakuba kuye; uma exwayile, nga ezophulile.


Jehova, ngizwile umbiko ngawe, ngiyesaba izenzo zakho; zivuselele phakathi kwale minyaka, wenze ukuba zaziwe kule minyaka, ukhumbule umusa nasolakeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ