Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 9:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Bheka, kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuwisa isichotho esinzima kakhulu, esingazange sibe khona esingaka eGibithe, selokhu lakhiwa kuze kube manje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Uyabona-ke, kusasa ngalesi sikhathi ngizothumela isichotho esinamandla amakhulu, esingakaze sibonwe eGibhithe selokhu laba khona kuze kube namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bheka, kusasa ngalesi sikhathi ngiyakunisa isichotho esinzima kakhulu, esingakaze sibe khona eGibithe kusukela ekusekelweni kwalo kuze kube manje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 9:18
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Izebeli wayesethuma isithunywa ku-Eliya ngokuthi: “Mabenze njalo kimi onkulunkulu, benezele futhi, uma ngingakwenzi wena ube njengomunye wabo ngalesi sikhathi kusasa.”


kepha ngalesi sikhathi kusasa ngiyakuthuma izinceku zami kuwe, ziyalule indlu yakho nezindlu zezinceku zakho; kuyakuthi konke okuhle emehlweni akho zikufake esandleni sazo, zikususe.’ ”


Wayesethi u-Elisha: “Zwanini izwi likaJehova; usho kanje uJehova, uthi: ‘Kusasa ngalesi sikhathi iseya* lempuphu ecolekileyo liyakuthengiswa ngeshekeli,* namaseya amabili ebhali* ngeshekeli esangweni laseSamariya.’ ”


Kwathi lowo muntu kaNkulunkulu esekhulumile enkosini ngokuthi: “Kuyakuba ngamaseya amabili ebhali ngeshekeli neseya lempuphu ecolekileyo ngeshekeli ngalesi sikhathi kusasa esangweni laseSamariya,”


awafikise abe luswazi, afike ngenxa yomhlaba noma ngenxa yomusa.


“Wake wangena ezinqolobaneni zeqhwa, wabona izinqwaba zesichotho,


engiziqongelele isikhathi sokuhlupheka nosuku lokulwa nolwempi, na?


baxoshe kanjalo ngesivunguvungu sakho, ubethuse ngesiphepho sakho.


Isikhonyane senyukela ezweni lonke laseGibithe, sahlala ezweni lonke laseGibithe, sasinzima kakhulu; ngaphambi kwaso kwakungazange kube khona isikhonyane esingangaso, nangasemva kwaso asisayikuba khona esingangaso.


Izindlu zakho, nezindlu zezinceku zakho zonke, nezindlu zabo bonke abaseGibithe ziyakugcwaliswa yiso, abangazange basibone esinjalo oyihlo nawoyise bawoyihlo, selokhu bafika emhlabeni kuze kube namuhla.’ ” Waphenduka, waphuma kuFaro.


Kuyakuba khona ukukhala okukhulu ezweni lonke laseGibithe, okungazange kube khona okungangako, okungasayikuba khona futhi okungangako.


Usabavimbela abantu bami, ungabavumeli ukuba bahambe, na?


Isichotho esikhulu esisinda njengetalenta* sivela ezulwini sehlela phezu kwabantu; abantu bamhlambalaza uNkulunkulu ngenxa yohlupho lwesichotho, ngokuba uhlupho lwaso lulukhulu kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ