UEksodusi 7:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 UJehova usho kanje, uthi: Ngalokhu uyokwazi ukuthi nginguJehova: bheka, ngenduku esesandleni sami ngiyakushaya phezu kwamanzi asemfuleni, aphenduke igazi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202017 Uthi-ke uSimakade: ngalokhu uzokwazi ukuthi nginguSimakade. Uyabona-ke, ngale nduku engiyiphethe ngesandla, ngiyoshaya amanzi omfula iNayili, ayophenduka igazi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202417 Itsho njalo iNkosi: Ngalokhu lizakwazi ukuthi mina ngiyi Nkosi: khangela, ngizatshaya ngentonga esesandleni sami phezu kwamanzi oMfula iNayile, aphenduke abe yigazi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.