Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 6:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 U-Eleyazare indodana ka-Aroni wazithathela enye yamadodakazi kaPhuthiyeli, ibe ngumkakhe; yamzalela uFinehasi. Yilezi izinhloko zawoyise bamaLevi ngemindeni yawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 U-Eleyazare indodana ka-Aroni wathatha enye yamadodakazi kaPhuthiyeli, yaba ngumkakhe, yamzalela uFinehasi. Yilezi-ke izinhloko zokhokho babaLevi ngemindeni yabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 U-Eleyazare indodana ka-Aroni wazithathela enye yamadodakazi kaPhuthiyeli, yaba ngumkakhe; wamzalela uFinehasi. Lezi ziyizinhloko zemindeni yamaLevi ngezizukulwane zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 6:25
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ka-Abishuwa kaFinehasi ka-Eleyazare ka-Aroni umpristi omkhulu,


Nampa ababalwayo babaLevi ngemindeni yawo: kwaGereshoni: ngumndeni wakwaGereshoni; kwaKohati: ngumndeni wakwaKohati; kwaMerari: ngumndeni wakwaMerari.


UMose wabathuma empini, kwaba yinkulungwane kuleso naleso sizwe, bona noFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi, baye naye empini ephethe impahla yendlu engcwele namacilongo okuhlaba umkhosi esandleni sakhe.


Abantwana bakwa-Israyeli bathuma kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase ezweni lakwaGileyadi uFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi,


U-Eleyazare indodana ka-Aroni wafa; bammbela egqumeni likaFinehasi indodana yakhe, abenikiwe lona ezintabeni zakwa-Efrayimi.


uFinehasi indodana ka-Eleyazare ka-Aroni wema phambi kwawo ngalezo zinsuku bathi: “Siyakuphinda siphume ukuba silwe nabantwana bakwaBenjamini umfowethu, nokuba siyeke na?” UJehova wathi: “Khuphukani, ngokuba kusasa ngiyakubanikela esandleni sakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ