UEksodusi 5:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Wathi uFaro: “Ngubani uJehova ukuba ngilalele izwi lakhe, ngimyeke u-Israyeli ukuba ahambe na? Angimazi uJehova, futhi angiyikumvumela u-Israyeli ukuba ahambe.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20202 Kepha uFaro wathi: “Ungubani uSimakade ukuthi ngingalalela izwi lakhe, ngivumele u-Israyeli ahambe na? Angimazi uSimakade, futhi anginakumdedela u-Israyeli ahambe.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Wayesethi uFaro: “Ngubani uJehova ukuba ngilalele izwi lakhe ukuba ngimyeke u-Israyeli ahambe na?” Angimazi uJehova, futhi ngeke ngivumele u-Israyeli ahambe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Manje uma nilungele ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa, niwe phansi, nikhuleke esithombeni engisenzileyo, kuhle; kepha uma ningakhuleki, niyakuphonswa ngasona leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo; ngumuphi lowo nkulunkulu oyakunikhulula ezandleni zami na?”