Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngalokho hambani nisebenze, ngokuba aniyikuphiwa tshani, kepha isilinganiso sezitini niyakusiqeda.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Hambani manje niyosebenza, ngokuba anizukunikwa tshani, kodwa nisazokwenza inani elifanayo lezitini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Hambani manje nisebenze; ngokuba aniyikunikwa tshani, nokho niyakusho inani lezitini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje ubaba wanithwesa ijoka elisindayo, mina ngiyakwenezela ejokeni lenu; ubaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngawofezela.’ ”


Kepha wathi: “Yinina enenqena, yebo, niyenqena; ngalokho nithi: ‘Ake sihambe sihlabele uJehova.’


Izinduna zabantwana bakwa-Israyeli zabona ukuthi basekuhluphekeni, lapho kuthiwa: “Aniyikunciphisa izitini zenu esilinganisweni semihla ngemihla.”


Ngase ngibuye ngabona konke ukucindezela okwenziwa phansi kwelanga; bheka izinyembezi zabacindezelwayo; babengenamduduzi. Ohlangothini lwababacindezelayo kwakukhona amandla, kepha bona babengenamduduzi.


Uyise, ngokuba wacindezela nokucindezela, waphanga nokuphanga umfowabo, wenza okungekuhle phakathi kwabantu bakhe, bheka, yena uyakufa ngokona kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ