Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Zase zifika izinduna zabantwana bakwa-Israyeli, zakhala kuFaro, zathi: “Uziphathelani izinceku zakho kanje na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Izinduna zabakwa-Israyeli zaya kuFaro, zakhala zathi: “Uziphathelani izinceku zakho kanje na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Zase zifika izinceku zabantwana bakwa-Israyeli, zambiza uFaro, zathi: “Uziphatheleni kanje izinceku zakho na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:15
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho iziboshwa ziyatabhaya kanyekanye; azizwa izwi labazicindezelayo.


Kwase kubekwa phezu kwabo izinduna zokubasebenzisa ezabahlupha ngemithwalo yazo. Bamakhela uFaro imizi yokubekelela, iPitomu neRamesesi.


Izinduna zabantwana bakwa-Israyeli abazibeke phezu kwabo abaphathi bakaFaro zashaywa, zabuzwa ukuthi: “Aniqedanga ngani umsebenzi wenu izolo nanamuhla ukubumba izitini njengaphambili na?”


Izinceku zakho aziphiwanga tshani; nokho bathi kithi: ‘Bumbani izitini.’ Futhi bheka, izinceku zakho ziyashaywa, kepha icala likubantu bakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ