Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Baphuma-ke abaphathi babantu nezinduna zabo, bakhuluma kubantu, bathi: “UFaro usho uthi: ‘Angisayikuninika utshani.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Izinduna nabaphathi babantu baphuma, bathi kubantu: “Nakhu okushiwo nguFaro uthi: ‘Angizukuninika utshani.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Zase ziphuma izikhulu zabantu nezinceku zazo, zakhuluma kubantu, zathi: “Usho kanje uFaro, uthi: Angiyikuninika utshani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:10
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kubekwa phezu kwabo izinduna zokubasebenzisa ezabahlupha ngemithwalo yazo. Bamakhela uFaro imizi yokubekelela, iPitomu neRamesesi.


Wayesethi uJehova: “Ngibonile nokubona ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibithe; ngizwile ukukhala kwabo ngenxa yabacindezeli babo, ngokuba ngiyazazi izinsizi zabo;


Hambani nina, nizifunele utshani, lapho ningabuthola khona, ngokuba imisebenzi yenu ayiyikuncishiswa ngalutho.”


Ngalona lolo suku uFaro wayala abaphathi babantu nezinduna zabo, wathi:


Mayenziwe ibe nzima imisebenzi phezu kwabantu, bayisebenze, banganakekeli amazwi okukhohlisa.”


Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izinceku zakhe zimbi.


Isiprofetho ngezilwane zaseNingizimu. Badabula izwe losizi nelokuhlupheka, lapha kuvela khona ibhubesi nebhubesikazi, ibululu nenyoka endizayo, bethwala imfuyo yabo emihlane yezimbongolo nengcebo yabo phezu kwamalunda amakamela bakuyise kubantu abangenansizakalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ