Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 40:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Wabeka umcengezi phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, wathela kuwo amanzi okugeza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Wabeka umcengezi phakathi kwethende lokuhlangana ne-althare, wathela kuwo amanzi okugeza,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Wabeka umcengezi phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, wathela kuwo amanzi okugeza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 40:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wawenza umcengezi wethusi nesinqe sawo ngethusi lezibuko zabesifazane abahlangana ukuyokhonza ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Wabeka i-altare lomnikelo wokushiswa ngasemnyango wetabernakele letende lokuhlangana, wanikela kulo ngomnikelo wokushiswa nangomnikelo wempuphu, njengalokho uJehova emyalile uMose.


OMose no-Aroni namadodana akhe bahlambela kuwo izandla zabo nezinyawo zabo.


Ubeke umcengezi phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, uthele amanzi kuwo.


Ngiyakunifafaza ngamanzi ahlambulukileyo, nihlambuluke, nginihlambulule kukho konke ukungcola kwenu nakuzo zonke izithombe zenu.


masisondele ngenhliziyo eqinisileyo ngokwethemba okupheleleyo kokukholwa, zifafaziwe izinhliziyo zethu kungasekho valo lokubi, umzimba wethu ugeziwe ngamanzi acwebileyo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ