Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 40:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Walubeka uthi lwezibani etendeni lokuhlangana malungana netafula ohlangothini lwetabernakele olungaseningizimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Wabeka uthi lwezibani ethendeni lokuhlangana, maqondana netafula elisohlangothini olungaseningizimu yethabanakeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Walubeka uthi lwezibani etendeni lokuhlangana malungana netafula ohlangothini lwetabernakele olungaseningizimu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 40:24
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.


ubeke itafula ngaphandle kwesihenqo, uthi lwezibani lubhekane netafula ohlangothini lwetabernakele olungaseningizimu, ubeke itafula ohlangothini lwasenyakatho.


Wahlela izinkwa phezu kwalo phambi kukaJehova, njengalokho uJehova emyalile uMose.


Wazibeka izibani phambi kukaJehova, njengalokho uJehova emyalile uMose.


Ulingenise itafula, uhlele izinto eziphezu kwalo, ulungenise uthi lwezibani, ubeke izibani zalo.


Ekuqaleni wayekhona uLizwi, uLizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu.


ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwamukelanga.


Kwakungukukhanya okuqinisileyo okukhanyisa wonke umuntu, okwase kuza ezweni.


Ngakho uJesu waphinda wakhuluma kubo, wathi: “Mina ngingukukhanya kwezwe; ongilandelayo kasoze ahamba ebumnyameni, kodwa woba nokukhanya kokuphila.”


Imfihlakalo yezinkanyezi eziyisikhombisa ozibonileyo esandleni sami sokunene, nezinti zezibani eziyisikhombisa zegolide yile: izinkanyezi eziyisikhombisa ziyizingelosi zamabandla ayisikhombisa, nezinti zezibani eziyisikhombisa zingamabandla ayisikhombisa.


ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngiyeza kuwe, ngilususe uthi lwesibani sakho endaweni yalo, uma ungaphenduki.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ