Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 40:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ugcobe umcengezi nesinqe sawo, uwungcwelise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Uyakugcoba umcengezi nesinqe sawo, uwungcwelise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kumelwe ugcobe umcengezi nonyawo lwawo, uwungcwelise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 40:11
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza imicengezi eyishumi ngethusi; umcengezi munye wawulingene namabhati* angamashumi amane; yilowo nalowo mcengezi wawuyizingalo ezine, naphezu kwezinqe eziyishumi ngazinye kwakukhona umcengezi munye.


“Uyakwenza umcengezi wethusi, nesinqe sawo sethusi, ukuba kugezelwe kuwo, uwubeke phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, uthele amanzi kuwo.


ne-altare lomnikelo wokushiswa nezitsha zalo zonke, nomcengezi nesinqe sawo.


ne-altare lomnikelo wokushiswa nezitsha zonke zalo, nomcengezi nesinqe sawo,


Ugcobe i-altare lomnikelo wokushiswa nezinto zalo zonke, ulingcwelise i-altare, i-altare libe ngcwelengcwele.


“Ulethe u-Aroni namadodana akhe emnyango wetende lokuhlangana, ubageze ngamanzi.


Kwathi ngosuku uMose aqeda ngalo ukumisa itabernakele,* waligcoba, walingcwelisa kanye nayo yonke impahla yalo, ne-altare, nazo zonke izitsha zalo, wazigcoba, wazingcwelisa,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ