Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 4:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 u-Aroni wakhuluma onke amazwi uJehova awakhulume kuMose, wazenza izibonakaliso emehlweni abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 U-Aroni wawakhuluma wonke amazwi uSimakade ayewakhulume kuMose, wenza nezibonakaliso phambi kwabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 U-Aroni wakhuluma onke amazwi uJehova awakhuluma kuMose, wazenza izibonakaliso phambi kwamehlo abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 4:30
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMose wafika, wabiza amalunga abantu, wabeka phambi kwabo onke lawo mazwi uJehova amyale ngawo.


UMose waphendula wathi: “Kepha bheka, abayikukholwa yimi, bangalaleli izwi lami, ngokuba bayakusho ukuthi: ‘UJehova akabonakalanga kuwe.’ ”


Uyakukhuluma kuye, ufake amazwi emlonyeni wakhe; ngizakuba nomlomo wakho nomlomo wakhe, nginifundise lokho eniyakukwenza.


Uyakukukhulumela kubantu, abe ngumlomo kuwe, wena ube njengoNkulunkulu kuye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ