Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 4:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 UMose wamtshela u-Aroni onke amazwi kaJehova amthume nawo, nezibonakaliso zonke amyale ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 UMose wayesetshela u-Aroni wonke amazwi kaSimakade ayemthume wona, nazo zonke izibonakaliso ayemyale ukuba azenze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 UMose wayesemtshela u-Aroni onke amazwi kaJehova amthumileyo, nezibonakaliso zonke eyamyala ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 4:28
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMose wafika, wabiza amalunga abantu, wabeka phambi kwabo onke lawo mazwi uJehova amyale ngawo.


Wathi: “Ngilapha.” Wayesethi: “Ungasondeli lapha; khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.”


“Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemezele kulo isimemezelo esikhulu engasikhuluma kuwe.”


UMose wayesekhuluma kuzo izinhloko zezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, ethi: “Yilokhu uJehova ayale ngakho ukuthi:


“Yaphendula yathi: ‘Angithandi;’ kodwa ngasemuva yaguquka, yaya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ