Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 4:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Intukuthelo kaJehova yamvuthela uMose; wathi: “Akakho umfowenu u-Aroni, umLevi, na? Ngiyazi ukuthi ukhuluma kahle yena. Futhi bheka, uyaphuma ukukuhlangabeza; nalapho ekubona, uyakuthokoza enhliziyweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Intukuthelo kaSimakade yamvuthela uMose, wathi: “Akekho yini umfowenu u-Aroni ongumLevi na? Ngiyazi ukuthi uliciko lokukhuluma; bheka, uyeza uzokuhlangabeza, lapho ekubona uyothokoza enhliziyweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Intukuthelo kaJehova yamvuthela uMose, wathi: “Akasiye umfowenu u-Aroni umLevi na? Ngiyazi ukuthi uyakwazi ukukhuluma kahle. Futhi bheka, uyeza ukukuhlangabeza, futhi lapho ekubona, uyojabula enhliziyweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 4:14
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza, uNkulunkulu wamshaya lapho ngenxa yesiphosiso sakhe; wafela khona ngasemphongolweni kaNkulunkulu.


UJehova wamthukuthelela uSolomoni, ngokuba inhliziyo yakhe yayiphambukile kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli owayebonakele kuye kabili,


Kwaba kubi emehlweni kaNkulunkulu; ngalokho washaya u-Israyeli.


Wathuma uMose inceku yakhe, u-Aroni abemkhethile.


Kepha wathi: “O Nkosi, ake uthume ngesandla salowo ozakumthuma.”


Uzakuphatha le nduku ngesandla sakho, oyakwenza izibonakaliso ngayo.”


UJehova wayesethi ku-Aroni: “Hamba umhlangabeze uMose ehlane.” Wahamba, wahlangana naye entabeni kaNkulunkulu, wamanga.


Bathi: “Imbala uJehova ukhulumile kuMose kuphela na? Akakhulumanga nakithi na?” UJehova wakuzwa.


Ngokuba kwaba kuhle kuMoya oNgcwele nakithi ukuba singanithwesi umthwalo omkhulu ngaphandle kwalezi zinto ezifunekayo


angibanga nakuthula emoyeni wami, ngokuba ngingamfumananga uThithu umzalwane wami, kodwa ngavalelisa kubo, ngaya eMakedoniya.


ngokuba bonke bafuna okwabo, abafuni okukaJesu Kristu.


“ ‘Ngathuma oMose no-Aroni, ngahlupha iGibithe ngalokho engakwenza phakathi kwalo; ngasemuva nganikhipha.


“Lapho uJakobe esefikile eGibithe, oyihlo bakhala kuJehova, uJehova wathuma oMose no-Aroni abakhipha oyihlo eGibithe, babahlalisa kule ndawo.


Kwafika umuntu kaNkulunkulu ku-Eli, wathi kuye: “UJehova usho kanje, uthi: ‘Angithi ngazibonakalisa kuyo indlu kayihlo, beseseGibithe besendlini kaFaro.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ