Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wayesesenza isihlangu sesifuba, umsebenzi wengcweti, njengokusetshenzwa kwengubo yamahlombe, ngegolide, nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Benza isivikelo sesifuba ngobuciko obufanayo njengoba benza ingubo yamahlombe, ngokuyigolide, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wenza isihlangu sesifuba, ngomsebenzi wengcitshi, njengomsebenzi we-efodi; ngegolide, nokububende, nokububende, nokubomvu, nelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:8
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakumgcinela umusa wami kuze kube phakade; isivumelwano sami soba siqinile kuye.


namatshe amashohamu,* namatshe okufakwa, awengubo yamahlombe nawesihlangu sesifuba.


“Wolenza itabernakele* ngezilenge eziyishumi; zona wozenza ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, zibe namakherubi,* kube ngumsebenzi wengcweti.


Yilezi izambatho abayakuzenza: isihlangu sesifuba, nengubo yamahlombe, nejazi, nebhantshi elifekethisiweyo, nesigqoko, nebhande,* bamenzele u-Aroni umfowenu namadodana akhe izambatho ezingcwele ukuba bangikhonze esikhundleni sobupristi.


Sasinezinhlangothi ezine ezilingeneyo; basenza isihlangu sesifuba siphindwe kabili; ubude baso babunjengokudazuluka kweminwe, nobubanzi baso babunjengokudazuluka kweminwe, siphindwe kabili.


Wafaka ukulunga njengebhantshi lensimbi, nesigqoko sensindiso ekhanda lakhe; wagqoka izingubo zokuphindisela zaba ngezokwembatha, wazembesa ukushisekela njengengubo.


Ngakho yimani izinkalo zenu ziboshiwe ngeqiniso, nifakile isivikelo sesifuba sokulunga,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ