Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 izambatho ezenziwe kahle zokukhonza endaweni engcwele, nezambatho ezingcwele zika-Aroni umpristi, nezambatho zamadodana akhe zokukhonza esikhundleni sobupristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

41 izingubo zokukhonza endaweni engcwele ezenziwe ngokulukiwe, izingubo ezingcwele zika-Aroni umphristi, nezamadodana akhe zokukhonza bengabaphristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Izingubo zomsebenzi wenkonzo endlini engcwele nezingubo ezingcwele zika-Aroni umpristi nezingubo zamadodana akhe zokukhonza ubupristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:41
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umenzele u-Aroni umfowenu izambatho ezingcwele, ezobukhosi nezokuhlobisa.


Bayakusibopha isihlangu sesifuba ngamasongo aso emasongweni engubo yamahlombe ngentambo eluhlaza ukuba sibe phezu kwebhande* elifekethisiweyo lengubo yamahlombe, ukuze isihlangu sesifuba singakhumuki engutsheni yamahlombe.


Uyakuwenzela namadodana ka-Aroni amabhantshi, uwenzele namabhande,* uwenzele nezigqoko, kube ngezobukhosi nezokuhlobisa.


nezingubo ezifekethisiweyo, nezambatho ezingcwele zika-Aroni umpristi nezambatho zamadodana akhe zokuba bakhonze esikhundleni sobupristi,


Ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu benza izambatho ezenziwe kahle zokukhonza endaweni engcwele; bamenzela u-Aroni izambatho ezingcwele, njengalokho uJehova emyalile uMose.


izilenge zegceke, nezinsika zalo, nezinyawo zalo, neveli lesango legceke, nezintambo zalo, nezikhonkwane zalo, nempahla yonke yenkonzo yetabernakele, netende lokuhlangana;


Njengakho konke uJehova amyale ngakho uMose, benze njalo abantwana bakwa-Israyeli wonke umsebenzi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ