Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Balikhanda igolide laba ngongcwecwe, balisika izincingwana ukuba zalukwe nokuluhlaza nokububende nokubomvu, nelineni elicolekileyo, umsebenzi wengcweti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Bacangcatha igolide laba ngamacwecwe, base bewasika aba yimidweshana bayelukela ensontweni eluhlaza okwesibhakabhaka, ebukhwebezane, ebomvu, naselinenini elicolekileyo, lokhu kwenziwa ngobuciko obukhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Base beshaya izingcwecwe ezicashile zegolide, bazisika zaba izintambo, ukuze bazenze ngokububende, nangokububende, nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo, umsebenzi wobuciko.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:3
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indodakazi yenkosi inhle kakhulu, ilapho phakathi; ingubo yayo yalukiwe ngegolide.


nokuluhlaza, nokububende, nokubomvu, nelineni elicolekileyo, noboya bezimbuzi,


“Wolenza itabernakele* ngezilenge eziyishumi; zona wozenza ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, zibe namakherubi,* kube ngumsebenzi wengcweti.


Bonke abahlakaniphile ngenhliziyo phakathi kwabo abasebenza umsebenzi benza itabernakele* ngezilenge eziyishumi, bazenza ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, zinamakherubi,* umsebenzi wengcweti.


Wayenza ingubo yamahlombe ngegolide, nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo.


Bayenzela iziziba zamahlombe ezihlanganisiweyo; yahlanganiswa emaceleni omabili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ