Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 isikhencezo nepomegranati, isikhencezo nepomegranati emiphethweni yejazi nxazonke, ukuba kukhonzwe ngalo, njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Kwaba yinsimbi ekhencezayo, yihananadi, yinsimbi nehananadi emphethweni ozungeze ingubo yokukhonza, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 isikhencezo negarnethi, isikhencezo negarnethi, emphethweni wejazi, ukukhonza; njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:26
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emiphethweni yalo wowenza amapomegranati* ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, azungeze imiphetho yalo, kanye nezikhencezo zegolide phakathi kwawo nxazonke,


kube yisikhencezo segolide nepomegranati,* isikhencezo segolide nepomegranati njalo emiphethweni yejazi nxazonke.


Bazenza izikhencezo zegolide elicwengekileyo, bazifaka izikhencezo phakathi kwamapomegranati emiphethweni yejazi nxazonke phakathi kwamapomegranati,


Base bebalukela u-Aroni namadodana akhe amabhantshi elineni elicolekileyo lomsebenzi owalukiweyo,


Amahlumela akho ayihlathi lamapomegranati* anezithelo ezinqabileyo, ihena* kanye nenadi,*


Izindebe zakho zinjengomucu obomvu, umlomo wakho muhle; izihlathi zakho zinjengenxenye yepomegranati* emva kwemvakazi yakho.


Izihlathi zakho zinjengenxenye yepomegranati* emva kwemvakazi yakho.


Bheka, owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili weza emva kwakhe, wathinta umphetho wengubo yakhe.


“Uyakuzenzela izinsephe emiphethweni yomine yesambatho sakho osembathayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ