Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Bawenza amasongo amabili egolide, bawafaka ezizibeni zombili zengubo yamahlombe phansi ngaphambili, eduze nokuhlangana kwayo, phezu kwebhande* elifekethisiweyo lengubo yamahlombe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Benza amanye amasongo amabili egolide bawafaka phansi phambili ezizibeni zombili zengubo yamahlombe ngalapho ihlangana khona, ngaphezu kwebhande layo elihlotshisiweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Benza amanye amasongo amabili egolide, bawafaka ezinhlangothini zombili zengubo yamahlombe phansi, malungana nesixhumanisi sayo, phezu kwebhande le-efodi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:20
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izilenge eziyisihlanu ziyakuhlanganiswa esinye nesinye, nezinye izilenge eziyisihlanu zihlanganiswe esinye nesinye.


Ibhande* elalukiweyo elikuyo lokuyikhwica liyakuba njengomsebenzi wayo, libe kunye nayo, ngegolide, nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo.


Base bewenza amasongo amabili egolide, bawafaka emaceleni omabili esihlangu sesifuba, eceleni laso elibhekene nengubo yamahlombe ngaphakathi.


Base bebopha isihlangu sesifuba ngamasongo aso emasongweni engubo yamahlombe ngentambo eluhlaza ukuba sibe phezu kwebhande* elifekethisiweyo lengubo yamahlombe, ukuze isihlangu sesifuba singakhumuki engutsheni yamahlombe, njengalokho uJehova emyalile uMose.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ