Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Base befaka amaketanga omabili egolide athandelweyo emasongweni omabili emaceleni esihlangu sesifuba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Base befaka izintambo ezimbili zegolide emasongweni omabili asemachosheni esivikelo sesifuba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Bawafaka amaketanga omabili egolide emasongweni omabili emaceleni esihlangu sesifuba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:17
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

namaketanga amabili egolide elicwengekileyo, uwenze abe njengamagoda, umsebenzi othandelweyo ezisekelweni.


Benza izisekelo ezimbili zegolide namasongo amabili egolide; bawafaka amasongo omabili emaceleni omabili esihlangu.


Ezinye izihloko ezimbili zamaketanga athandelweyo bazifaka ezisekelweni ezimbili, wazibeka ngaphambili ezizibeni zengubo yamahlombe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ