Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 uhla lwesine lwaba yikrisolithi,* neshohamu,* nejaspi;* ayezungeziwe yizisekelo zegolide lapho zifakwe khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 emugqeni wesine kwaba yikhrisolithe, yi-oniksi, nejasiperi; ayezungezwe yizisekelo zegolide lapho ayefakwe khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 uhla lwesine lwaba yiriyeli, neshohamu, nejaspi; ayevalelwe emasaka egolide emacaleni awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:13
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lihle igolide lalelo zwe. Kukhona nenhlaka yebedola* netshe leshohamu* lapho.


Sengilungisele indlu kaNkulunkulu wami ngamandla ami onke igolide lokwegolide, nesiliva lokwesiliva, nethusi lokwethusi, nensimbi yokwensimbi, nemithi yokwemithi, namatshe amashohamu* nawokufakwa, namatshe ahlobisayo nanemibala eyahlukeneyo, nezinhlobo zonke zamatshe ayigugu, namatshe amhlophe amaningi.


Ngomsebenzi womqophi ematsheni, njengokuqoshwa kwendandatho, woqopha amatshe omabili njengokwamagama abantwana bakwa-Israyeli, uwafake azungezwe yizisekelo zegolide.


“Wothatha amatshe amabili amashohamu,* uqophe kuwo amagama abantwana bakwa-Israyeli,


uhla lwesithathu lwaba yihiyakinte,* ne-agathe,* ne-amethiste;*


Amatshe ayeyishumi nambili njengamagama amadodana ka-Israyeli, njengamagama abo; njengokuqoshwa kwendandatho yilelo nalelo lalinegama lakhe kuzo izizwe eziyishumi nambili.


Izingalo zakhe ziyizindilinga zegolide, okufakwe kuzo amakrisolithe;* isidumbu sakhe sinjengokwenziwe ngophondo lwendlovu, sembesiwe ngamasafire.*


Ukubonakala kwamasondo nokwenziwa kwawo kwakunjengekrisolithe,* nezimo zawo omane zaziyintonye. Ukubonakala kwawo nokwenziwa kwawo kwakunjengokuba kukhona isondo phakathi kwesondo.


esesihlanu yisaridonikisi,* esesithupha yisardiyu,* esesikhombisa yikrisolithe,* esesishiyagalombili yibherile,* esesishiyagalolunye yitopazi,* eseshumi yikrisoprasi,* eseshumi nanye yihiyakinte,* eseshumi nambili yi-amethiste.*


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ