Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wazifaka izinti emasongweni ezinhlangothini ze-altare ukuba lithwalwe ngazo; walenza ngamapulangwe laba yigobongo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 wazifaka izingongolo emasongweni asezinhlangothini ze-althare, ukuze lithwalwe ngazo. I-althare walenza ngamapulangwe; laba wugobhozi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wazifaka izinti emasongweni ezinhlangothini ze-altare ukuba lithwalwe; i-altare walenza ngamapulangwe laba umgodi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:7
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wazenza izinti ngomuthi womtholo, wazinameka ngethusi.


Wawenza umcengezi wethusi nesinqe sawo ngethusi lezibuko zabesifazane abahlangana ukuyokhonza ngasemnyango wetende lokuhlangana.


INkosi yayisithi kuye: “Hamba, ngokuba lo uyisitsha sami esikhethiweyo sokuphatha igama lami phambi kwabezizwe, namakhosi, nabantwana bakwa-Israyeli,


kepha kubo ababiziweyo, abaJuda namaGreki, sishumayela uKristu, amandla kaNkulunkulu nokuhlakanipha kukaNkulunkulu.


Ngokuba nganquma ukuthi angiyikwazi okunye phakathi kwenu, kuphela uJesu Kristu, lowo obethelwe esiphambanweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ