Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Walenzela i-altare ihele lethusi elenziwe njengenetha phansi kosiko oluzungeza i-altare ukuba lifinyelele ngaphakathi kwe-altare ukuya phezulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Walenzela i-althare inetha lethusi elenziwe njengenetha phansi konqenqema lwe-althare ukuba lifinyelele ngaphakathi kwe-althare ukuya phezulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Walenzela i-altare ihele lethusi elinenetha phansi kokuzungeza kwalo kuze kube phakathi nalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:4
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ulenzele ihele lethusi elenziwe njengenetha, wenze amasongo amane ethusi enetheni ngasemagumbini alo omane.


Wolibeka ngaphansi, phansi kosiko oluzungeza i-altare, ukuba inetha lifinyelele ngaphakathi kwe-altare ukuya phezulu.


Wazenza zonke izinto ze-altare, amakhanzi, namafosholo, nezitsha, nezimfoloko, nemicengezi yomlilo; wazenza zonke izinto zalo ngethusi.


Wakhanda amasongo amane amagumbi omane ehele lethusi, abe yizindawo zezinti.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ