Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Izinsika zalo zazizine, nezinyawo zalo zazizine zethusi; izingwegwe zaziyisiliva, ukunamekwa kwezihloko nokwezibopho kwakuyisiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Kwakunezinsika ezine nezisekelo zazo ezine kungezethusi, izinkintsho zalo kungezesiliva, izihloko zazo zembozwe ngesiliva, nezibopho zalo zingezesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Izinsika zawo zazizine, nezinyawo zawo zine zethusi; izinkintsho zawo zaziyisiliva, nesembozo sezinduna zawo namasongo awo esiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:19
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza izihloko ezimbili ngethusi elibunjiweyo ukuba zibekwe phezu kwezinsika; ubude besinye isihloko babuyizingalo eziyisihlanu, nobude besinye isihloko babuyizingalo eziyisihlanu.


izinsika zalo zibe ngamashumi amabili, nezinyawo zazo zibe ngamashumi amabili zethusi; izingwegwe zezinsika nezibopho zazo zibe yisiliva.


Iveli lesango legceke lalingumsebenzi womfekethisi ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo; ubude balo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama ngokobubanzi bezilenge kwakuyizingalo eziyisihlanu ngokulingene nezilenge zegceke.


Zonke izikhonkwane zetabernakele* nezegceke nxasonke zaziyithusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ