Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Iveli lesango legceke lalingumsebenzi womfekethisi ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo; ubude balo babuyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama ngokobubanzi bezilenge kwakuyizingalo eziyisihlanu ngokulingene nezilenge zegceke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Isihenqo sesango legceke sasihlotshiswe ngensonto eluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo. Kwakungamakhubhithi angama-20 ubude, ukuphakama nobubanzi balo bungamakhubhithi ayisihlanu, kulingana namakhethini egceke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Izilenge zesango legceke zaziyimisebenzi yokuthungatha, okuyindwangu ebubende neyibubende nebomvu, nelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo; ubude babuyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama ebubanzini buyizingalo eziyisihlanu, ngokwezilenge zegceke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:18
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza isihenqo ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo, wabeka kuso amakherubi.


“Wolenza itabernakele* ngezilenge eziyishumi; zona wozenza ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, zibe namakherubi,* kube ngumsebenzi wengcweti.


“Uyakwenza iveli lomnyango wasetendeni ngokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, umsebenzi womfekethisi.


Izinyawo zezinsika zaziyithusi, izingwegwe zezinsika nemishayo yazo kwakuyisiliva; izihloko zazo zazinamekwe ngesiliva; zonke izinsika zegceke zazinesibopho sesiliva.


Izinsika zalo zazizine, nezinyawo zalo zazizine zethusi; izingwegwe zaziyisiliva, ukunamekwa kwezihloko nokwezibopho kwakuyisiliva.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ