Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wasenza isihlalo somusa ngegolide elicwengekileyo; ubude baso babuyizingalo ezimbili nenxenye, nobubanzi baso babuyingalo nenxenye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Wenza isihlalo somusa ngegolide elicolisekileyo; saba ngamakhubhithi amabili nengxenye ubude, nekhubhithi nengxenye ububanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wenza isihlalo somusa ngegolide elicwengekileyo, ubude baso buyizingalo ezimbili nenxenye, nobubanzi baso buyingalo nenxenye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:6
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wamnika uSolomoni indodana yakhe isifanekiso sompheme nesezindlu zethempeli, nesengcebo yalo, nesamakamelo alo aphezulu, nesamakamelo alo angaphakathi, nesendlu yesihlalo somusa;


itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nezimpahla zonke zetende,


Wazifaka izinti emasongweni asezinhlangothini zomphongolo ukuba umphongolo uthwalwe ngazo.


Wawenza amakherubi* amabili ngegolide, wawenza ngomsebenzi okhandiweyo ekugcineni kwesihlalo somusa nxazombili,


ammisileyo uNkulunkulu abe yinhlawulo ngokukholwa egazini lakhe, kubonakaliswe ukulunga kwakhe ngokuyekelwa kwezono ezenziwe ngaphambili


kepha lapho sekufikile ukuphelela kwesikhathi, uNkulunkulu wathuma iNdodana yakhe, izelwe ngowesifazane, izelwe phansi komthetho,


owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge ebubini bonke, asihlambulule isizwe esingesakhe, sishisekele imisebenzi emihle.


phezu kwawo kwakukhona amakherubi* enkazimulo engamele isihlalo somusa, okungenakukhulunywa ngakho ngakunye manje.


yena uyinhlawulo ngezono zethu, kungengezethu zodwa kodwa nangezezwe lonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ