Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wazifaka izinti emasongweni asezinhlangothini zomphongolo ukuba umphongolo uthwalwe ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 wafaka izingongolo emasongweni ezinhlangothini zomphongolo, ukuze uthwalwe ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wazifaka izinti emasongweni ezinhlangothini zomphongolo wokuthwala umphongolo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinti zazizinde kangako ukuba izihloko zezinti zibonakale endaweni engcwele phambi kwegumbi; kepha zazingabonakali ngaphandle; zisekhona lapho kuze kube namuhla.


Wazenza izinti zomuthi womtholo, wazinameka ngegolide.


Wasenza isihlalo somusa ngegolide elicwengekileyo; ubude baso babuyizingalo ezimbili nenxenye, nobubanzi baso babuyingalo nenxenye.


kepha beka amaLevi phezu kwetabernakele* lobufakazi, naphezu kwazo zonke izimpahla zalo, nakho konke okwalo; ayakuthwala itabernakele nayo yonke impahla yalo; ayakukhonza kulo, amise alihaqe.


“Nxa u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukusibekela indlu engcwele nempahla yonke yendlu engcwele, lapho ikamu* liyakusuka, emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukukuthwala, kepha awayikuthinta okungcwele, funa afe. Lezo zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ