Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kwakukhona amagatsha ayisithupha aphuma ezinhlangothini zalo, amagatsha amathathu othi lwezibani kolunye uhlangothi lwalo namagatsha amathathu othi lwezibani kolunye uhlangothi lwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Kwakukhona amagatsha ayisithupha ayexhume esiqwini sezibani, emathathu ohlangothini ngalunye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Amagatsha ayisithupha aphuma ezinhlangothini zalo; izingalo ezintathu zothi lwesibani kolunye uhlangothi lwalo, nezingalo ezintathu zothi lwesibani kolunye uhlangothi lwalo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:18
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makube khona amagatsha ayisithupha aphuma ezinhlangothini zalo, amagatsha amathathu othi lwezibani aphume kolunye uhlangothi lwalo, amagatsha amathathu othi lwezibani aphume kolunye uhlangothi lwalo.


Walwenza uthi lwezibani ngegolide elicwengekileyo, walwenza uthi lwezibani ngomsebenzi okhandiweyo, isinqe salo nesiqu salo; izimbizana zalo, namasumpa alo, nezimbali zalo kwakukunye nalo.


Izimbizana ezintathu zafaniswa nezimbali zemi-alimondi* kwelinye igatsha, zinesumpa nembali; izimbizana ezintathu zafaniswa nezimbali zemi-alimondi* kwelinye igatsha, zinesumpa nembali; kwakunjalo kuwo onke amagatsha ayisithupha aphuma othini lwezibani.


“Yisho ku-Aroni, uthi kuye: ‘Nxa ubeka izibani, izibani eziyisikhombisa mazikhanyise ngaphambi kothi lwezibani.’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ