Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesenza ngegolide elicwengekileyo izitsha ezazisetafuleni, izingqwembe zalo, nezinkezo zalo, nezinkamba zalo, nezindebe zalo zokuthela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wenza ngegolide elicolisekileyo imicengezi eyayizohlala etafuleni, izingqwembe, nezitsha zempepho, izinkezo, nezindebe ezisetshenziselwa umnikelo wewayini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wazenza ngegolide elicwengekileyo izitsha ezaziphezu kwetafula, izitsha zalo, nezinkezo zalo, nezitsha zalo, nezitsha zalo zokubeka ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nezindebe, nezizenze, nezitsha, nezinkezo, nemicengezi yomlilo, ngegolide elicwengekileyo, nezingibe zegolide zezivalo zendlu engaphakathi, indawo engcwelengcwele, nezivalo zendlu yethempeli.


Kodwa indlu kaJehova ayenzelwanga izindebe zesiliva, nezizenze, nezitsha, namacilongo, nazo zonke izinto zegolide, nezinto zesiliva ngemali eyalethwa endlini kaJehova,


wenze nezingqwembe zalo, nezinkezo zalo, nezindebe zalo, nezinkamba zalo zokuthela, uzenze ngegolide elicwengekileyo.


Wazenza izinti ngomuthi womtholo, wazinameka ngegolide, ukuba itafula lithwalwe ngazo.


Walwenza uthi lwezibani ngegolide elicwengekileyo, walwenza uthi lwezibani ngomsebenzi okhandiweyo, isinqe salo nesiqu salo; izimbizana zalo, namasumpa alo, nezimbali zalo kwakukunye nalo.


Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli* ayikhulu namashumi amathathu, nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele, zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, kube ngumnikelo wempuphu,


Kepha endlini enkulu akukho izitsha zegolide nezesiliva kuphela kodwa nezemithi nezebumba, ezinye ezihloniphekayo, ezinye ezingahloniphekiyo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ