Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Walenza itafula ngomuthi womtholo; ubude balo babuyizingalo ezimbili, nobubanzi balo babuyingalo, nokuphakama kwalo kwakuyingalo nenxenye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Walakha itafula ngokhuni lomkhambathi, laba ngamakhubhithi amabili ubude, nekhubhithi ububanzi, nekhubhithi nengxenye ukuphakama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wenza itafula ngomuthi womtholo: ubude balo babuyizingalo ezimbili, ububanzi balo buyingalo, nokuphakama kwalo kwakuyingalo nenxenye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:10
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

okubona uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini ingcebo yenkazimulo yaleyo mfihlakalo phakathi kwabezizwe, enguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo;


Ngokuba ekugcwaleni kwakhe samukele sonke umusa phezu komusa.


ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


“Kepha niyalihlambalaza ngokusho kwenu ukuthi: ‘Itafula leNkosi lingcolile lona, nesithelo salo, ukudla kwalo, sidelelekile.’


Ulingenise itafula, uhlele izinto eziphezu kwalo, ulungenise uthi lwezibani, ubeke izibani zalo.


itafula nezinti zalo nezitsha zonke zalo, nezinkwa zokubukwa;


netafula nezitsha zalo, nothi oluhle lwezibani nezitsha zonke zalo, ne-altare lempepho,


Amakherubi awelula amaphiko awo ngaphezulu, amboza isihlalo somusa ngamaphiko awo, abhekana ngobuso; ubuso bamakherubi babheka isihlalo somusa.


Walinameka ngegolide elicwengekileyo, walenzela udini lwegolide nxazonke.


USolomoni wenza-ke zonke izinto ezazisendlini kaJehova: i-altare legolide, netafula legolide okwakukhona kulo izinkwa zokubukwa,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ