Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UBesaleli wawenza umphongolo ngomuthi womtholo; ubude bawo babuyizingalo ezimbili nenxenye, ububanzi bawo babuyingalo nenxenye, nokuphakama kwawo kwakuyingalo nenxenye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UBhezaleli wawakha umphongolo ngokhuni lomkhambathi; waba ngamakhubhithi amabili nengxenye ubude, yikhubhithi nengxenye ububanzi, nekhubhithi nengxenye ukuphakama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UBesaleli wenza umphongolo ngomuthi womtholo; ubude bawo babuyizingalo ezimbili nenxenye, ububanzi bawo buyingalo nenxenye, nokuphakama kwawo kwakuyingalo nenxenye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:1
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakuphanyeka isihenqo phansi kwezinkibaniso, uwungenise umphongolo wobufakazi khona phakathi kwesihenqo, isihenqo sinahlukanisele indawo engcwele nendawo engcwelengcwele.


itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nezimpahla zonke zetende,


Wawunameka ngegolide elicwengekileyo ngaphakathi nangaphandle, wawenzela udini lwegolide nxazonke.


Wofaka khona umphongolo wobufakazi, uwuhenqele umphongolo ngesihenqo.


“Ngase ngenza-ke umphongolo womuthi womtholo, ngabaza izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala, ngakhuphukela entabeni nginezibhebhe zombili esandleni sami.


eline-altare legolide lokuthunqisa nomphongolo wesivumelwano umboziwe ngegolide nxazonke, okwakukhona kuwo isitsha segolide esiphethe imana*, nenduku ka-Aroni eyahlumayo, nezibhebhe zesivumelwano;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ