UEksodusi 32:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Wathi: “Akusilo izwi labahalalisa ngokunqoba, akusilo izwi lokukhala ngokunqotshwa, kepha ngizwa umsindo wabahlabelelayo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 UMose wathi: “Akusiwo umsindo wokunqoba, noma wokwehlulwa, kodwa ngizwa umsindo wokuhlabelela.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Wathi: “Leli akulona izwi lalabo abamemeza ngokubusa, futhi leli akulona izwi lalabo abakhala ngoba bekhungathekile; kodwa ngizwa umsindo wabahlabelelayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.