Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 31:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nezimpahla zonke zetende,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 ithende lokuhlangana, umphongolo wesivumelwano, isihlalo somusa esiphezu kwawo, nayo yonke impahla yethende,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nempahla yonke yetabernakele;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 31:7
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke abahlakaniphile ngenhliziyo phakathi kwabo abasebenza umsebenzi benza itabernakele* ngezilenge eziyishumi, bazenza ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, zinamakherubi,* umsebenzi wengcweti.


UBesaleli wawenza umphongolo ngomuthi womtholo; ubude bawo babuyizingalo ezimbili nenxenye, ububanzi bawo babuyingalo nenxenye, nokuphakama kwawo kwakuyingalo nenxenye.


Wasenza isihlalo somusa ngegolide elicwengekileyo; ubude baso babuyizingalo ezimbili nenxenye, nobubanzi baso babuyingalo nenxenye.


Njalo-ke kwaqedwa wonke umsebenzi wetabernakele* letende lokuhlangana; abantwana benza njengakho konke uJehova amyale ngakho uMose; benze njalo-ke.


Wofaka khona umphongolo wobufakazi, uwuhenqele umphongolo ngesihenqo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ