Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 30:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ninganikeli kulo ngempepho engeyiyo, nangomnikelo wokushiswa, nangomnikelo wempuphu, ningatheli mnikelo wokuphuzwa kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Aniyukunikela kulo ngempepho engengcwele, noma ngomnikelo wokushiswa, nangowokusanhlamvu, futhi aniyukuthela kulo umnikelo wokuphuzwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ningashisi phezu kwalo impepho engeyiyo, nomnikelo wokushiswa noma umnikelo wokudla; futhi aniyikuthela phezu kwayo umnikelo wokuphuzwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 30:9
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Aroni uyakwenzela izimpondo zalo ukubuyisana kanye ngomnyaka; ngegazi lomnikelo wesono wokubuyisana kanye ngomnyaka uyakulenzela ukubuyisana ezizukulwaneni zenu; lingcwelengcwele kuJehova.”


Nalapho u-Aroni ezibeka izibani ngakusihlwa, woyishisa ibe yimpepho ephakade phambi kukaJehova ezizukulwaneni zenu.


ONadabi no-Abihu amadodana ka-Aroni bathatha bobabili imicengezi yabo yomlilo, bafaka umlilo kuyo, babeka impepho phezulu, banikela phambi kukaJehova ngomlilo ongafanele, angabayalanga ngawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ