Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 30:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ulenzele amasongo amabili egolide phansi kodini lwalo nxazombili, uwenze ezinhlangothini zombili zalo, abe yizindawo zezinti zokulithwala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Uyolenzela amasongo amabili egolide phansi konqenqema lwalo ezinhlangothini ezimbili ezibhekene, ayokuba yizindawo zezingongolo eliyothwalwa ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ulenzele amasongo amabili egolide ngaphansi komqhele walo, emagumbini alo omabili; ulenze ezinhlangothini zalo ezimbili; futhi kumelwe kube yindawo yezinti zokulithwalela kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 30:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uwukhandele amasongo amane egolide, uwafake ezinyaweni zozine zawo, amasongo amabili abe kolunye uhlangothi lwawo, amasongo amabili abe kolunye uhlangothi lwawo.


Wozifaka izinti emasongweni asezinhlangothini zomphongolo ukuba uthwalwe ngazo.


Amasongo ayakuba ngasodinini, abe yizindawo zezinti zokuthwala itafula.


Wonameka amapulangwe ngegolide, uwenze amasongo awo ngegolide, abe yizindawo zemishayo, unameke nemishayo ngegolide.


Ulenzele ihele lethusi elenziwe njengenetha, wenze amasongo amane ethusi enetheni ngasemagumbini alo omane.


Izinti zalo ziyakufakwa emasongweni, izinti zibe sezinhlangothini zombili ze-altare, nxa lithwalwa.


Wolinameka ngegolide elicwengekileyo ngaphezulu, nezinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo, ulenzele udini lwegolide nxazonke.


Wenze izinti ngomuthi womtholo, uzinameke ngegolide.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ