Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 30:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ubude balo bube yingalo, nobubanzi balo bube yingalo, libe nezinhlangothi ezine ezilingeneyo; ukuphakama kwalo kube yizingalo ezimbili, izimpondo zalo zibe kunye nalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Ubude balo buyokuba yikhubhithi, nobubanzi balo bube yikhubhithi, libe yisikwele, ukuphakama kwalo kube ngamakhubhithi amabili. Izimpondo zalo zihlangane nalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ubude balo bube yingalo, ububanzi balo bube yingalo; libe nezinhlangothi ezine ezilinganayo, ukuphakama kwalo kube yizingalo ezimbili; izimpondo zakhe kumelwe zibe munye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 30:2
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakwenza izimpondo zalo emagumbini alo omane, izimpondo zalo zibe kunye nalo, ulinameke ngethusi.


Uthabathe igazi lenkunzi, ulibhece ezimpondweni ze-altare ngomunwe wakho, uthulule lonke igazi phansi ngase-altare.


“Uyakwenza i-altare lokushisa impepho, ulenze ngomuthi womtholo.


Wolinameka ngegolide elicwengekileyo ngaphezulu, nezinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo, ulenzele udini lwegolide nxazonke.


Ingelosi yesithupha yayisibetha; ngezwa izwi livela ezimpondweni ezine ze-altare legolide eliphambi kukaNkulunkulu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ