Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 3:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 kepha yilowo nalowo wesifazane uyakucela kumakhelwane wakhe nakuye ogogobeleyo endlini yakhe izinto zesiliva nezinto zegolide, nezingubo; niyakuzifaka kumadodana enu nakumadodakazi enu, niphange abaseGibithe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 kodwa yilowo nalowo owesifazane uyocela kumakhelwane wakhe nakuye ogogobele emzini wakhe, izinto zesiliva, ezegolide, nezingubo zokugqoka, niyogqokisa amadodana namadodakazi enu; nibaphange kanjalo abaseGibhithe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kodwa yilowo nalowo wesifazane kumelwe atsheleke izinto zesiliva nezegolide nezingubo kumakhelwane wakhe nakuyena ohlala endlini yakhe; ulidwebe phezu kwamadodana akho namadodakazi akho; futhi kumelwe niphange abaseGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 3:22
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha leso sizwe eyakuba yizigqila zaso ngiyakusahlulela mina; ngasemuva iyakuphuma inempahla eningi.


Inceku yakhipha izinto zesiliva nezinto zegolide kanye nezingubo, yazipha uRebeka; yabanika nomnewabo nonina amagugu.


Wayesebakhipha benesiliva negolide, kungekho ontengezelayo emindenini yakubo.


Khuluma manje ezindlebeni zabantu ukuba yilowo nalowo mlisa acele kumakhelwane wakhe, yilowo nalowo wesifazane acele kumakhelwane wakhe izinto zesiliva nezinto zegolide.”


Olungileyo ushiyela abantwana babantwana bakhe ifa, kepha ingcebo yesoni ibekelelwa olungileyo.


Wo kuwena ochithayo, kungachithwanga wena, nakuwe okhohlisayo, kungakhohliswanga wena! Lapho uqede ukuchitha uyakuchithwa, nalapho usugcine ukukhohlisa, uyakukhohliswa nawe.


Abayikuthatha muthi endle, bangagawuli emahlathini, ngokuba bayakuphemba umlilo ngezikhali, baphange ababaphangayo, bamuke ababamukileyo, isho iNkosi uJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ